A6-B
Ishadi: Abaprofethi Namakhosi AkwaJuda Nawakwa-Israyeli (INgxenye 2)
Amakhosi Ombuso WaseNingizimu (Liyaqhubeka)
U-Uziya (u-Azariya): Iminyaka engu-52
777 B.C.E.
UJothamu: Iminyaka engu-16
762
U-Ahazi: Iminyaka engu-16
746
UHezekiya: Iminyaka engu-29
716
UManase: Iminyaka engu-55
661
U-Amoni: Iminyaka emibili
659
UJosiya: Iminyaka engu-31
628
UJehowahazi: Izinyanga ezintathu
UJehoyakimi: Iminyaka engu-11
618
UJehoyakini: 3 izinyanga nezinsuku ezingu-10
617
UZedekiya: Iminyaka engu-11
607
AbaseBhabhiloni abahlaselayo beholwa uNebukhadinezari babhubhisa iJerusalema nethempeli lalo. UZedekiya, inkosi yokugcina yasemhlabeni yozalo lukaDavide, ususwa esihlalweni sobukhosi
Amakhosi Ombuso WaseNyakatho (Liyaqhubeka)
c. 803 B.C.E.
UZakariya: Izinyanga eziyisithupha ngokomlando obhaliwe
UZakariya waqala ukubusa ngezinga elithile, kodwa kuyacaca ukuthi akamiswanga njengenkosi kwaze kwaba ngawo-792
c. 791
UShalumi: Inyanga eyodwa
UMenahemu: Iminyaka engu-10
c. 780
UPhekaya: Iminyaka emibili
c. 778
UPheka: Iminyaka engu-20
c. 758
UHosheya: 9 Iminyaka kusukela cishe ngo-748
c. 748
Kubonakala sengathi uHosheya wamiswa ngokuphelele njengombusi noma kungenzeka wasekelwa umbusi wase-Asiriya uTiglath-pileser III cishe ngo-748
740
I-Asiriya linqoba iSamariya libusa u-Israyeli; umbuso wasenyakatho wakwa-Israyeli wezizwe eziyishumi uyaphela
-
Uhlu Lwabaprofethi
-
U-Isaya
-
UMika
-
UZefaniya
-
UJeremiya
-
UNahume
-
UHabakuki
-
UDaniyeli
-
UHezekeli
-
U-Obadiya
-
UHoseya