A7-C
Izenzakalo Ezibalulekile Ekuphileni KukaJesu Kwasemhlabeni—Inkonzo KaJesu Enkulu EGalile (Ingxenye 1)
ISIKHATHI |
INDAWO |
ISENZAKALO |
MATHEWU |
MARKU |
LUKA |
JOHANE |
---|---|---|---|---|---|---|
30 |
EGalile |
UJesu uqala ukumemezela ukuthi “uMbuso wamazulu ususondele” |
||||
EKhana; eNazaretha; eKapernawume |
Welapha indodana yesikhulu; ufunda umqulu ka-Isaya; uya eKapernawume |
|||||
OLwandle LwaseGalile, ngaseKapernawume |
Ubiza abafundi abane: uSimoni no-Andreya, uJakobe noJohane |
|||||
EKapernawume |
Welapha umkhwekazi kaSimoni kanye nabanye |
|||||
EGalile |
Uya eGalile okokuqala nabane |
|||||
Welapha onochoko; ulandelwa isixuku |
||||||
EKapernawume |
Welapha okhubazekile |
|||||
Ubiza uMathewu; udla nabaqoqi bentela; umbuzo ngokuzila ukudla |
||||||
EJudiya |
Ushumayela emasinagogeni |
|||||
31, iPhasika |
EJerusalema |
Welapha indoda egulayo eBhethesda; amaJuda afuna ukumbulala |
||||
Uyabuya evela eJerusalema (?) |
Abafundi bakha izikhwebu ngeSabatha; uJesu ‘uyiNkosi yeSabatha’ |
|||||
EGalile; oLwandle LwaseGalile |
Ulapha isandla sendoda ngeSabatha; ulandelwa yizixuku; ulapha neningi |
|||||
ENt. ngaseKapernawume |
Ukhetha abaphostoli abangu-12 |
|||||
Eduze neKapernawume |
Unikeza iNtshumayelo YaseNtabeni |
|||||
EKapernawume |
Welapha inceku yesikhulu sebutho |
|||||
ENayini |
Uvusa indodana yomfelokazi |
|||||
EThibheriya; eGalile (eNayini noma eduze nayo) |
UJohane uthuma abafundi kuJesu; iqiniso lembulwa ezinganeni; ijoka lomusa |
|||||
EGalile (eNayini noma eduze nayo) |
Owesifazane oyisoni umthela amafutha ezinyaweni; umfanekiso wabakweletayo |
|||||
EGalile |
Uhambo lwesi-2 eshumayela nabangu-12 |
|||||
Uxosha amademoni; isono esingaxoleleki |
||||||
Ubanika isibonakaliso sikaJona kuphela |
||||||
Kufika unina nabafowabo; uthi abayizihlobo zakhe ngabalandeli bakhe |