A7-H
Izenzakalo Eziyinhloko Ekuphileni KukaJesu Kwasemhlabeni–Inkonzo KaJesu Yokugcina EJerusalema (INgxenye 2)
ISIKHATHI |
INDAWO |
ISENZAKALO |
MATHEWU |
MARKU |
LUKA |
JOHANE |
---|---|---|---|---|---|---|
Nisani 14 |
EJerusalema |
UJesu uveza ukuthi nguJuda ozomkhaphela futhi uyamxosha |
||||
Umisa iSidlo SeNkosi Sakusihlwa (1Ko 11:23-25) |
||||||
Ubikezela ukuthi uPetru uzomphika nokuthi abaphostoli bazohlakazeka |
||||||
Uthembisa ukuletha umsizi; umfanekiso wesihlahla samagilebhisi sangempela; unikeza umyalo wokubonisa uthando; umthandazo wokugcina enabaphostoli |
||||||
EGetsemane |
Usizi nomunyu ensimini; uJesu uyakhashelwa futhi uyaboshwa |
|||||
EJerusalema |
U-Anase umbuza imibuzo; uquliswa icala nguKayafase neSanhedrini; uPetru uyamphika |
|||||
UJuda umkhapheli uyazilengisa (IzE 1:18, 19) |
||||||
Uphambi kukaPilatu, adlulele kuHerode, bese ebuyela kuPilatu |
||||||
UPilatu ufuna ukumkhulula kodwa amaJuda acela uBharaba; kukhishwa isijeziso sokuba abulawe esigxotsheni sokuhlushwa |
||||||
(c. 3:00 ntambama, ULwesihlanu) |
EGolgotha |
Uyafa esigxotsheni sokuhlushwa |
||||
EJerusalema |
Isidumbu sisuswa esigxotsheni sibekwe ethuneni |
|||||
Nisani 15 |
EJerusalema |
Abapristi nabaFarisi bahlela ukuba ithuna ligadwe futhi bayalivala |
||||
Nisani 16 |
EJerusalema naseduze kwakhona; e-Emawuse |
UJesu uyavuswa; ubonakala izikhathi ezinhlanu kubafundi bakhe |
||||
Ngemva kukaNisani 16 |
EJerusalema; eGalile |
Ubonakala izikhathi eziningana kubafundi (1Ko 15:5-7; IzE 1:3-8); uyayala; uthi makwenziwe abafundi |
||||
Iyari 25 |
ENtabeni Yeminqumo, eduze kwaseBhethaniya |
UJesu uya ezulwini, ngemva kwezinsuku ezingu-40 evusiwe (IzE 1:9-12) |