A7-B
Izenzakalo Eziyinhloko Ekuphileni KukaJesu Kwasemhlabeni—Ukuqala Kwenkonzo KaJesu
ISIKHATHI |
INDAWO |
ISENZAKALO |
MATHEWU |
MARKU |
LUKA |
JOHANE |
---|---|---|---|---|---|---|
29, ekwindla |
EJordani, kungenzeka eBhethaniya noma ngakhona ngaphesheya kweJordani |
UJesu uyabhapathizwa futhi uyagcotshwa; uJehova umbiza ngokuthi iNdodana yakhe futhi uyamamukela |
||||
EHlane LaseJudiya |
Ulingwa uDeveli |
|||||
EBhethaniya ngaphesheya kweJordani |
UJohane uMbhapathizi uthi uJesu uyiwundlu likaNkulunkulu; abafundi bokuqala balandela uJesu |
|||||
EKhana LaseGalile; eKapernawume |
Isimangaliso sokuqala emshadweni, ushintsha amanzi aba yiwayini; uya eKapernawume |
|||||
30, iPhasika |
EJerusalema |
Uhlanza ithempeli |
||||
Ukhuluma noNikhodemu |
||||||
EJudiya; e-Enoni |
Uya emaphandleni aseJudiya, abafundi bakhe bayabhapathiza; uJohane ufakaza okokugcina ngoJesu |
|||||
EThibheriya; eJudiya |
UJohane uyaboshwa; uJesu uya eGalile |
|||||
ESikhari, eSamariya |
Endleleni eya eGalile, ufundisa amaSamariya |