B14-B
Imali Nezisindo
Imali Nesisindo EmiBhalweni YesiHebheru
Igera (1⁄20 weshekeli) 0,57 g 10 amagera = 1 ibeka |
Ibeka 5,7 g 2 amabeka = 1 ishekeli |
Ipimi 7,8 g 1 ipimi = 2⁄3 weshekeli |
Ishekeli 11,4 g 50 amashekeli = 1 umina |
Umina 570 g 60 omina = 1 ithalenta |
Ithalenta 34,2 kg |
Idarike (lasePheresiya, legolide) 8,4 g |
Imali Nesisindo EmiBhalweni YamaKristu YesiGreki
Ileptoni (lamaJuda, lethusi) 1⁄2 wekhwadrani |
Ikhwadrani (laseRoma, lethusi) amaleptoni amabili |
I-asariyon (laseRoma nasezifundazweni zalo, lethusi) amakhwadrani angu-4 |
Udenariyu (waseRoma, wesiliva) amakhwadrani angu-64 3,85 g = Umholo Wosuku (amahora angu-12) |
Idrakma (yaseGrisi, yesiliva) 3,4 g = Umholo Wosuku (amahora angu-12) |
Ididrakma (yaseGrisi, yesiliva) amadrakma amabili 6,8 g Umholo Wezinsuku Ezimbili |
Itetradrakma (yaseGrisi, yesiliva; ibizwa nangokuthi uhlamvu lwesiliva) 4 wamadrakma 13,6 g = Umholo Wezinsuku Ezine |
Umina amadrakma angu-100 340 g = cishe umholo wezinsuku ezingu-1000 |
Ithalenta omina abangu-60 20,4 kg = cishe umholo weminyaka engu-20 |
Iphawundi (laseRoma) 327 g
|