B12-A
Isonto Lokugcina Lokuphila KukaJesu Emhlabeni (INgxenye 1)
IJerusalema Nezindawo Ezilizungezile
-
Ithempeli
-
Insimu YaseGetsemane (?)
-
ISigodlo Sombusi
-
INdlu KaKayafase (?)
-
ISigodlo Esasisetshenziswa UHerode Antipase (?)
-
IChibi LaseBhethesda
-
IChibi LaseSilowama
-
IHholo LeSanhedrini (?)
-
IGolgotha (?)
-
I-Akeldama (?)
Usuku: Nisani 8 | Nisani 9 | Nisani 10 | Nisani 11
Nisani 8 (ISabatha)
UKUSHONA KWELANGA (Izinsuku zamaJuda ziqala futhi ziphele ekushoneni kwelanga)
-
Ufika eBhethaniya kusasele izinsuku eziyisithupha ngaphambi kwePhasika
UKUPHUMA KWELANGA
UKUSHONA KWELANGA
Nisani 9
UKUSHONA KWELANGA
-
Udla noSimoni onochoko
-
UMariya ugcoba uJesu ngenadi
-
AmaJuda avakashela uJesu noLazaru
UKUPHUMA KWELANGA
-
Ukungena okubonisa ukunqoba eJerusalema
-
Ufundisa ethempelini
UKUSHONA KWELANGA
Nisani 10
UKUSHONA KWELANGA
-
Uchitha ubusuku eBhethaniya
UKUPHUMA KWELANGA
-
Uhambo lokuqala oluya eJerusalema
-
Uhlanza ithempeli
-
UJehova ukhuluma esezulwini
UKUSHONA KWELANGA
Nisani 11
UKUSHONA KWELANGA
UKUPHUMA KWELANGA
-
Ufundisa ethempelini esebenzisa imifanekiso
-
Ulahla abaFarisi
-
Uqaphela umnikelo womfelokazi
-
ENtabeni Yeminqumo, ubikezela ukuwa kweJerusalema bese enikeza uphawu lokuba khona kwakhe esikhathini esizayo