INCWADI Ngencwadi YeBhayibheli Genesise Eksodusi Levitikusi Numeri Duteronomi Joshuwa AbaHluleli Ruthe 1 Samuweli 2 Samuweli 1 AmaKhosi 2 AmaKhosi 1 IziKronike 2 IziKronike Ezra Nehemiya Esteri Jobe AmaHubo IzAga UmShumayeli IsiHlabelelo SeziHlabelelo Isaya Jeremiya IsiLilo Hezekeli Daniyeli Hoseya Joweli Amose Obadiya Jona Mika Nahume Habakuki Zefaniya Hagayi Zakariya Malaki Mathewu Marku Luka Johane IzEnzo Roma 1 Korinte 2 Korinte Galathiya Efesu Filipi Kolose 1 Thesalonika 2 Thesalonika 1 Thimothewu 2 Thimothewu Thithu Filemoni Hebheru Jakobe 1 Petru 2 Petru 1 Johane 2 Johane 3 Johane Jude IsAmbulo Ngesahluko 1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 13 14 15 16 17 18 19 20 21 22 23 24 25 26 27 28 29 30 31 32 33 34 Duteronomi Izahluko 1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 13 14 15 16 17 18 19 20 21 22 23 24 25 26 27 28 29 30 31 32 33 34 Okuphakathi 1 Ukushiya iNtaba iHorebe (1-8) Kumiswa izinduna nabahluleli (9-18) Ukungalaleli eKadeshi-barineya (19-46) Ukwenqaba kuka-Israyeli ukungena ezweni (26-33) Ukwehluleka ukunqoba iKhanani (41-46) 2 Ukuzulazula ehlane iminyaka engu-38 (1-23) Ukunqoba uSihoni iNkosi yaseHeshibhoni (24-37) 3 Ukunqoba u-Ogi inkosi yaseBhashani (1-7) Ukuhlukaniswa kwezwe elisempumalanga yeJordani (8-20) UJoshuwa utshelwa ukuba angesabi (21, 22) UMose ngeke angene ezweni (23-29) 4 Ama-Israyeli anxuswa ukuba alalele (1-14) Ningazikhohlwa izenzo zikaNkulunkulu (9) UJehova ufuna abantu bazinikele kuye kuphela (15-31) Akekho omunye uNkulunkulu ngaphandle kukaJehova (32-40) Amadolobha esiphephelo empumalanga yeJordani (41-43) Kwethulwa uMthetho (44-49) 5 Isivumelwano sikaJehova eHorebe (1-5) IMiyalo Eyishumi iyaphindwa (6-22) Ukwesaba kwabantu eNtabeni iSinayi (23-33) 6 Thanda uJehova ngenhliziyo yakho yonke (1-9) “O Israyeli, lalela” (4) Abazali kumele bafundise abantwana babo (6, 7) Ungamkhohlwa uJehova (10-15) Ungamvivinyi uJehova (16-19) Uxoxele isizukulwane esilandelayo (20-25) 7 Izizwe eziyisikhombisa ezizobhujiswa (1-6) Isizathu sokukhethwa kuka-Israyeli (7-11) Ukulalela kuletha izibusiso (12-26) 8 Izibusiso zikaJehova ziyaphindwa (1-9) “Umuntu akaphili ngesinkwa sodwa” (3) Ungamkhohlwa uJehova (10-20) 9 Isizathu sokuba u-Israyeli anikwe izwe (1-6) U-Israyeli ucasula uJehova izikhathi ezine (7-29) Ithole legolide (7-14) UMose uyangenela (15-21, 25-29) Baphinde bayamthukuthelisa izikhathi ezintathu (22) 10 Kwenziwa amanye amatshe amabili ayizicaba (1-11) Okufunwa uJehova (12-22) Yesaba uJehova futhi umthande (12) 11 Nibubonile ubukhulu bukaJehova (1-7) IZwe Lesithembiso (8-12) Imivuzo yokulalela (13-17) Amazwi kaNkulunkulu kumele agxiliswe ezinhliziyweni (18-25) “Isibusiso nesiqalekiso” (26-32) 12 Khonza uNkulunkulu endaweni ayikhethayo (1-14) Nivunyelwe ukudla inyama kodwa hhayi igazi (15-28) Ningacushwa abanye onkulunkulu (29-32) 13 Indlela yokuphatha izihlubuki (1-18) 14 Izindlela ezingafanele zokulila (1, 2) Ukudla okuhlanzekile nokungcolile (3-21) Okweshumi kukaJehova (22-29) 15 Isikweletu siyesulwa njalo ngonyaka wesikhombisa (1-6) Ukusiza abampofu (7-11) Ukukhululwa kwezigqila njalo ngonyaka wesikhombisa (12-18) Ukufaka usungulo endlebeni yesigqila (16, 17) Kungcweliswa amazibulo ezilwane (19-23) 16 IPhasika; uMkhosi Wesinkwa Esingenamvubelo (1-8) UMkhosi Wamasonto (9-12) UMkhosi Wamadokodo (13-17) Ukumiswa kwabahluleli (18-20) Izinto zokukhulekela ezenqatshelwe (21, 22) 17 Imihlatshelo akufanele ibe nesici (1) Ukusingatha izindaba zokuhlubuka (2-7) Amacala anzima okwahlulela (8-13) Iziyalezo zenkosi ezomiswa (14-20) Inkosi kumele izibhalele ikhophi yoMthetho (18) 18 Isabelo sabapristi namaLevi (1-8) Imikhuba yokusebenzelana nemimoya yenqatshelwe (9-14) Umprofethi onjengoMose (15-19) Indlela yokubona abaprofethi bamanga (20-22) 19 Icala legazi namadolobha esiphephelo (1-13) Izimpawu zomngcele akumele zigudluzwe (14) Ofakazi enkantolo (15-21) Kudingeka ofakazi ababili noma abathathu (15) 20 Imithetho yasempini (1-20) Abangayi empini (5-9) 21 Amacala okubulala angaxazululiwe (1-9) Ukushada abesifazane abayizithunjwa (10-14) Ilungelo lezibulo (15-17) Indodana enenkani (18-21) Umuntu olengiswe esigxotsheni uqalekisiwe (22, 23) 22 Ukuphatha kahle izilwane zikamakhelwane (1-4) Ukugqoka izingubo zabantu bobulili obuhlukile (5) Ukuba nomusa ezilwaneni (6, 7) Udonga olufushane lophahla (8) Ukungaxubi izinto ezingafanele (9-11) Izinsephe ezingutsheni (12) Imithetho emayelana nokuphathwa kabi endabeni yocansi (13-30) 23 Abangafaneleki ukungena ebandleni likaNkulunkulu (1-8) Ukuhlanzeka kwekamu (9-14) Izigqila ezibalekile (15, 16) Ubufebe benqatshelwe (17, 18) Inzalo nezifungo (19-23) Okuvumelekile ukuba kudliwe abadlula ngendlela (24, 25) 24 Umshado nedivosi (1-5) Hlonipha ukuphila (6-9) Ukukhathalela abampofu (10-18) Imithetho yokukhothoza (19-22) 25 Imivimbo umuntu angashaywa yona (1-3) Ungayivali umlomo ngesifonyo inkabi ebhulayo (4) Ukungena umkamfowenu (5-10) Okungafanele kubanjwe lapho kuliwa (11, 12) Izisindo nezikali ezinembile (13-16) Ama-Amaleki kufanele aqothulwe (17-19) 26 Ukunikela izithelo zokuqala (1-11) Okweshumi kwesibili (12-15) U-Israyeli, impahla kaJehova ekhethekile (16-19) 27 UMthetho kufanele ubhalwe ematsheni (1-10) ENtabeni i-Ebhali naseNtabeni iGerizimu (11-14) Kuphindwa iziqalekiso (15-26) 28 Izibusiso zokulalela (1-14) Iziqalekiso zokungalaleli (15-68) 29 Isivumelwano no-Israyeli kwaMowabi (1-13) Izixwayiso ngokungalaleli (14-29) Izinto ezifihliwe, izinto ezembuliwe (29) 30 Ukubuyela kuJehova (1-10) Imiyalo kaJehova ayilukhuni (11-14) Ukukhetha phakathi kokuphila nokufa (15-20) 31 UMose usezokufa (1-8) Ukufundela wonke u-Israyeli uMthetho (9-13) Kumiswa uJoshuwa (14, 15) Kubikezelwa ukuvukela kuka-Israyeli (16-30) Ingoma okumele ifundiswe u-Israyeli (19, 22, 30) 32 Ingoma kaMose (1-47) UJehova, iDwala (4) U-Israyeli ukhohlwa iDwala lakhe (18) “Impindiselo ingeyami” (35) “Thokozani nina zizwe kanye nesizwe sakhe” (43) UMose uzofela eNtabeni iNebo (48-52) 33 UMose ubusisa izizwe (1-29) “Izingalo” zikaJehova “zaphakade” (27) 34 UJehova ubonisa uMose izwe (1-4) Ukufa kukaMose (5-12) Emuva Phambili Printa Thumelela Thumelela Duteronomi—Uhlu Lokuphakathi INGUQULO YEZWE ELISHA YEMIBHALO ENGCWELE (EBUKEZWE NGO-2013) Duteronomi—Uhlu Lokuphakathi IsiZulu Duteronomi—Uhlu Lokuphakathi https://cms-imgp.jw-cdn.org/img/p/1001061100/univ/wpub/1001061100_univ_sqr_xl.jpg nwt Duteronomi kk. 308-309