Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

NgokukaMathewu

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • Uhlu lozalo lukaJesu Kristu (1-17)

    • Ukuzalwa kukaJesu (18-25)

  • 2

    • Kufika ababhula ngezinkanyezi (1-12)

    • Ukubalekela eGibhithe (13-15)

    • UHerode ubulala abafana abancane (16-18)

    • Ukubuyela eNazaretha (19-23)

  • 3

    • UJohane uMbhapathizi uyashumayela (1-12)

    • Ukubhapathizwa kukaJesu (13-17)

  • 4

    • UDeveli ulinga uJesu (1-11)

    • UJesu uqala ukushumayela eGalile (12-17)

    • Abafundi bokuqala bayabizwa (18-22)

    • UJesu uyashumayela, uyafundisa futhi uyelapha (23-25)

  • 5

    • INTSHUMAYELO YASENTABENI (1-48)

      • UJesu uqala ukushumayela entabeni (1, 2)

      • Izizathu ezingu-9 zokujabula (3-12)

      • Usawoti nokukhanya (13-16)

      • UJesu ugcwalisa uMthetho (17-20)

      • Iseluleko mayelana nentukuthelo (21-26), ubufebe (27-30), idivosi (31, 32), izifungo (33-37), ukuphindisela (38-42), ukuthanda izitha (43-48)

  • 6

    • INTSHUMAYELO YASENTABENI (1-34)

      • Gwemani ukubukisa ngezenzo zokulunga (1-4)

      • Indlela yokuthandaza (5-15)

        • Umthandazo oyisibonelo (9-13)

      • Ukuzila ukudla (16-18)

      • Ingcebo yasemhlabeni neyasezulwini (19-24)

      • Yekani ukukhathazeka (25-34)

        • Qhubekani nifuna uMbuso kuqala (33)

  • 7

    • INTSHUMAYELO YASENTABENI (1-27)

      • Yekani ukwahlulela (1-6)

      • Qhubekani nicela, nifuna, ningqongqoza (7-11)

      • UMthetho Wegolide (12)

      • Isango elincane (13, 14)

      • Babonakala ngezithelo zabo (15-23)

      • Indlu edwaleni, indlu esihlabathini (24-27)

    • Izixuku ziyakhexa ngenxa yendlela kaJesu yokufundisa (28, 29)

  • 8

    • Umuntu onochoko uyaphulukiswa (1-4)

    • Ukholo lwesikhulu sebutho (5-13)

    • UJesu welapha abaningi eKapernawume (14-17)

    • Indlela yokulandela uJesu (18-22)

    • UJesu uthulisa isiphepho (23-27)

    • UJesu uthumela amademoni ezingulubeni (28-34)

  • 9

    • UJesu welapha okhubazekile (1-8)

    • UJesu ubiza uMathewu (9-13)

    • Umbuzo mayelana nokuzila ukudla (14-17)

    • Indodakazi kaJayiru; owesifazane uthinta ingubo kaJesu yangaphandle (18-26)

    • UJesu welapha abayizimpumputhe noyisimungulu (27-34)

    • Umsebenzi wokuvuna mkhulu kodwa izisebenzi zimbalwa (35-38)

  • 10

    • Abaphostoli abangu-12 (1-4)

    • Iziqondiso zenkonzo (5-15)

    • Abafundi bayoshushiswa (16-25)

    • Yesabani uNkulunkulu, hhayi abantu (26-31)

    • Hhayi ukuthula kodwa inkemba (32-39)

    • Ukwamukela abafundi bakaJesu (40-42)

  • 11

    • UJohane uMbhapathizi uyadunyiswa (1-15)

    • Isizukulwane esilukhuni siyalahlwa (16-24)

    • UJesu udumisa uYise ngokubonisa abathobekile umusa (25-27)

    • Ijoka likaJesu liyaqabula (28-30)

  • 12

    • UJesu, “iNkosi yeSabatha” (1-8)

    • Umuntu onesandla esishwabene uyelapheka (9-14)

    • Inceku kaNkulunkulu ethandekayo (15-21)

    • Amademoni axoshwa ngomoya ongcwele (22-30)

    • Isono esingenakuthethelelwa (31, 32)

    • Isihlahla saziwa ngezithelo zaso (33-37)

    • Isibonakaliso sikaJona (38-42)

    • Lapho umoya ongcolile ubuya (43-45)

    • Umama kaJesu nabafowabo (46-50)

  • 13

    • IMIFANEKISO YOMBUSO (1-52)

      • Umhlwanyeli (1-9)

      • Isizathu esenza uJesu wasebenzisa imifanekiso (10-17)

      • Umfanekiso womhlwanyeli uyachazwa (18-23)

      • Ukolweni nokhula (24-30)

      • Uhlamvu lwesinaphi nemvubelo (31-33)

      • Ukusetshenziswa kwemifanekiso kugcwalisa isiprofetho (34, 35)

      • Umfanekiso kakolweni nokhula uyachazwa (36-43)

      • Umcebo ofihliwe nepharele elihle (44-46)

      • Inetha (47-50)

      • Ingcebo yezinto ezintsha nezindala (51, 52)

    • UJesu akahlonishwa endaweni yakubo (53-58)

  • 14

    • UJohane uMbhapathizi unqunywa ikhanda (1-12)

    • UJesu usuthisa abangu-5 000 (13-21)

    • UJesu uhamba phezu kwamanzi (22-33)

    • Ukwelashwa eGenesaretha (34-36)

  • 15

    • Amasiko abantu ayadalulwa (1-9)

    • Ukungcola kuvela enhliziyweni (10-20)

    • Ukholo olukhulu lowesifazane ongumFenike (21-28)

    • UJesu welapha abantu abaningi abagulayo (29-31)

    • UJesu usuthisa abangu-4 000 (32-39)

  • 16

    • Isicelo sokuvezelwa isibonakaliso (1-4)

    • Imvubelo yabaFarisi nabaSadusi (5-12)

    • Izihluthulelo zoMbuso (13-20)

      • Ibandla lakhiwa edwaleni (18)

    • Ukufa kukaJesu kuyabikezelwa (21-23)

    • Ukuba umfundi weqiniso (24-28)

  • 17

    • Isimo sikaJesu siyaguqulwa (1-13)

    • Ukholo olulingana nohlamvu lwesinaphi (14-21)

    • Kuphinde kubikezelwa ngokufa kukaJesu (22, 23)

    • Intela ikhokhwa ngohlamvu lwemali oluvela emlonyeni wenhlanzi (24-27)

  • 18

    • Omkhulu kunabo bonke eMbusweni (1-6)

    • Izikhubekiso (7-11)

    • Umfanekiso wezimvu ezidukile (12-14)

    • Indlela yokuzuza umfowenu (15-20)

    • Umfanekiso wenceku engathetheleli (21-35)

  • 19

    • Umshado nedivosi (1-9)

    • Isipho sokuhlala ungashadile (10-12)

    • UJesu ubusisa izingane (13-15)

    • Umbuzo wensizwa ecebile (16-24)

    • Ukuzidela ngenxa yoMbuso (25-30)

  • 20

    • Izisebenzi zasensimini yamagilebhisi neholo elilinganayo (1-16)

    • Kuphinde kubikezelwa ngokufa kukaJesu (17-19)

    • Izicelo zezikhundla eMbusweni (20-28)

      • UJesu uyisihlengo sabaningi (28)

    • Amadoda amabili ayizimpumputhe ayelashwa (29-34)

  • 21

    • Indlela kaJesu yokungena ebonisa ukunqoba (1-11)

    • UJesu uhlanza ithempeli (12-17)

    • Isihlahla somkhiwane siyaqalekiswa (18-22)

    • Igunya likaJesu liphonselwa inselele (23-27)

    • Umfanekiso wamadodana amabili (28-32)

    • Umfanekiso wabalimi abangababulali (33-46)

      • Itshe legumbi eliyinhloko liyaliwa (42)

  • 22

    • Umfanekiso wedili lomshado (1-14)

    • UNkulunkulu noKhesari (15-22)

    • Umbuzo ophathelene novuko (23-33)

    • Imiyalo emibili emikhulu kunayo yonke (34-40)

    • Ingabe uKristu uyindodana kaDavide? (41-46)

  • 23

    • Ningabalingisi ababhali nabaFarisi (1-12)

    • Maye kubabhali nabaFarisi (13-36)

    • UJesu ulilela iJerusalema (37-39)

  • 24

    • ISIBONAKALISO SOKUBA KHONA KUKAKRISTU (1-51)

      • Izimpi, indlala nokuzamazama komhlaba (7)

      • Izindaba ezinhle zizoshunyayelwa (14)

      • Usizi olukhulu (21, 22)

      • Isibonakaliso seNdodana yomuntu (30)

      • Isihlahla somkhiwane (32-34)

      • Njengasosukwini lukaNowa (37-39)

      • Hlalani nilindile (42-44)

      • Inceku ethembekile nenceku embi (45-51)

  • 25

    • ISIBONAKALISO SOKUBA KHONA KUKAKRISTU (1-46)

      • Umfanekiso wezintombi eziyishumi (1-13)

      • Umfanekiso wamathalenta (14-30)

      • Izimvu nezimbuzi (31-46)

  • 26

    • Abapristi bakha uzungu lokubulala uJesu (1-5)

    • UJesu uthelwa ngamafutha anamakha (6-13)

    • IPhasika lokugcina nokukhashelwa (14-25)

    • Ukumiswa kweSidlo SeNkosi Sakusihlwa (26-30)

    • Kubikezelwa ukuthi uPetru uzophika uJesu (31-35)

    • UJesu uthandaza eGetsemane (36-46)

    • UJesu uyaboshwa (47-56)

    • Ukuthethwa kwecala phambi kweSanhedrini (57-68)

    • UPetru uphika uJesu (69-75)

  • 27

    • UJesu unikelwa kuPilatu (1, 2)

    • UJuda uyazilengisa (3-10)

    • UJesu phambi kukaPilatu (11-26)

    • Wenziwa inhlekisa emphakathini (27-31)

    • Ubethelwa esigxotsheni eGolgotha (32-44)

    • Ukufa kukaJesu (45-56)

    • Ukungcwatshwa kukaJesu (57-61)

    • Ithuna liqashwa ngokucophelela (62-66)

  • 28

    • UJesu uyavuswa (1-10)

    • Amasosha ayafumbathiswa ukuze aqambe amanga (11-15)

    • Umyalo wokwenza abafundi (16-20)