INCWADI Ngencwadi YeBhayibheli Genesise Eksodusi Levitikusi Numeri Duteronomi Joshuwa AbaHluleli Ruthe 1 Samuweli 2 Samuweli 1 AmaKhosi 2 AmaKhosi 1 IziKronike 2 IziKronike Ezra Nehemiya Esteri Jobe AmaHubo IzAga UmShumayeli IsiHlabelelo SeziHlabelelo Isaya Jeremiya IsiLilo Hezekeli Daniyeli Hoseya Joweli Amose Obadiya Jona Mika Nahume Habakuki Zefaniya Hagayi Zakariya Malaki Mathewu Marku Luka Johane IzEnzo Roma 1 Korinte 2 Korinte Galathiya Efesu Filipi Kolose 1 Thesalonika 2 Thesalonika 1 Thimothewu 2 Thimothewu Thithu Filemoni Hebheru Jakobe 1 Petru 2 Petru 1 Johane 2 Johane 3 Johane Jude IsAmbulo Ngesahluko 1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 UmShumayeli Izahluko 1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 Okuphakathi 1 Konke kuyize (1-11) Umhlaba uhlala kuze kube phakade (4) Imijikelezo engokwemvelo iyaqhubeka (5-7) Ayikho into entsha phansi kwelanga (9) Ukuhlakanipha komuntu kulinganiselwe (12-18) Ukugijimisa umoya (14) 2 Izinto ezazifunwa uSolomoni (1-11) Ukubaluleka kokuhlakanipha komuntu (12-16) Ukuba yize komsebenzi onzima (17-23) Yidla, uphuze, ujabulele umsebenzi (24-26) 3 Isikhathi esimisiwe sayo yonke into (1-8) Ukujabulela ukuphila yisipho esivela kuNkulunkulu (9-15) Ubuphakade busenhliziyweni yomuntu (11) UNkulunkulu wahlulela bonke abantu ngobulungisa (16, 17) Abantu nezilwane bayafa ekugcineni (18-22) Konke kuyobuyela othulini (20) 4 Ukufa kungcono kunokucindezelwa (1-3) Umbono olinganiselayo ngomsebenzi (4-6) Ukubaluleka komngani (7-12) Ababili bangcono kunoyedwa (9) Ukuphila kombusi kungaba yize (13-16) 5 Yiba nokwesaba okufanele lapho usondela kuNkulunkulu (1-7) Abaphansi babhekwe abasezikhundleni eziphakeme (8, 9) Ukuba yize kwengcebo (10-20) Abathanda imali abaneliseki (10) Ubuthongo besisebenzi bumnandi (12) 6 Ukuba nezinto kodwa ungajabuli (1-6) Jabulela lokho onakho manje (7-12) 7 Igama elihle nosuku lokufa (1-4) Ukusola komuntu ohlakaniphile (5-7) Singcono isiphetho kunesiqalo (8-10) Inzuzo yokuhlakanipha (11, 12) Izinsuku ezinhle nezimbi (13-15) Kugweme ukweqisa (16-22) Izinto ezibonwe umshumayeli (23-29) 8 Ukubuswa umuntu onesono (1-17) Lalela imiyalo yenkosi (2-4) Ukubusa komuntu kuyalimaza (9) Lapho isigwebo singakhishwanga ngokushesha (11) Yidla, uphuze, ujabule (15) 9 Bonke banesiphetho esifanayo (1-3) Jabulela ukuphila yize kukhona ukufa (4-12) Abafile abazi lutho (5) Akukho msebenzi eThuneni (10) Isikhathi nezenzakalo ezingalindelekile (11) Ukuhlakanipha akwaziswa ngaso sonke isikhathi (13-18) 10 Ubuwula obuncane buyakugqiba ukuhlakanipha (1) Izingozi zokuntula ukuhlakanipha (2-11) Umphumela odabukisayo wesiphukuphuku (12-15) Ubuwula phakathi kwababusi (16-20) Inyoni ingase ikuphinde okushilo (20) 11 Lisebenzise kahle ithuba (1-8) Phonsa isinkwa sakho emanzini (1) Hlwanyela imbewu kusukela ekuseni kuze kuhlwe (6) Bujabulele ngokuhlakanipha ubusha bakho (9, 10) 12 Khumbula uMdali wakho ungakagugi (1-8) Isiphetho somshumayeli (9-14) Amazwi ahlakaniphile anjengezinkandi (11) Yesaba uNkulunkulu weqiniso (13) Emuva Phambili Printa Thumelela Thumelela UmShumayeli—Uhlu Lokuphakathi INGUQULO YEZWE ELISHA YEMIBHALO ENGCWELE (EBUKEZWE NGO-2013) UmShumayeli—Uhlu Lokuphakathi IsiZulu UmShumayeli—Uhlu Lokuphakathi https://cms-imgp.jw-cdn.org/img/p/1001061100/univ/wpub/1001061100_univ_sqr_xl.jpg nwt UmShumayeli k. 1046