Ingoma 153
Uzizwa Kanjani?
-
Uzizwa kanjani
um’ ufundis’ abanye,
Usuwenzil’ umzamo
wok’thol’ abaqotho?
Laph’ usuk’fezile;
uJah uzoqedela.
Uyabaz’ abaqotho—
bonk’ abamthandayo.
(CHORUS)
Siyajabula, s’thokoze,
siz’nikele ngomphefum’lo.
Kwangathi singaqhubeka
simdumisa njalo.
-
Uzizwa kanjani
lapho bekulalela
Lab’ abakuthandayo
uk’phila phakade?
Bayenqab’ abanye,
abanye badukile.
Siqhubeka s’jabule,
sifakaza ngaye.
(CHORUS)
Siyajabula, s’thokoze,
siz’nikele ngomphefum’lo.
Kwangathi singaqhubeka
simdumisa njalo.
-
Uzizwa kanjani,
ngokusekelwa nguJah,
Nokuphathiswa nguye
umsebenzi wakhe?
S’fundisa ngeqholo,
ngamazwi anomusa.
Sicing’ abafanele;
usuku l’seduze.
(CHORUS)
Siyajabula, s’thokoze,
siz’nikele ngomphefum’lo.
Kwangathi singaqhubeka
simdumisa njalo.
(Bheka nezEnzo 13:48; 1 Thes. 2:4; 1 Thim. 1:11.)