INQABAYOKULINDA No. 2 2019 | Kungani Ngingavele Ngife?
Ingabe uke wabhekana nesimo esibuhlungu waze wazibuza ukuthi kungani ungavele ufe?
Lapho Ukuphila Kungabekezeleleki
Kunezizathu ezinhle zokuqhubeka nokuphila, naphezu kwezimo ezinzima obhekana nazo.
Lapho Kwenzeka Inhlekelele
IBhayibheli linezeluleko ongazisebenzisa ukuze ukwazi ukululama ngemva kokwehlelwa inhlekelele yemvelo.
Lapho Kushona Umuntu Omthandayo
Cabanga ngezindlela ezingakusiza ubhekane nobuhlungu bokushona komuntu omthandayo.
Lapho Oshade Naye Ephinga
Ukufunda imiBhalo kuye kwaduduza abantu abaningi abaye babhekana nokuphinga komuntu abashade naye.
Lapho Uphethwe Isifo Esibi
Bona indlela abanye abakwaze ngayo ukubhekana nesifo esibi.
Lapho Ufisa Ukufa
Wake wacindezeleka kangangokuba waze wafisa ukuzibulala? Ungalutholaphi usizo?
Zikhona Izizathu Zokuphila
Nakuba abanye bengase bangasiqondi isimo esinzima obhekene naso, qiniseka ngokuthi uNkulunkulu uyakuthanda futhi ufuna ukukusiza.
‘Uyakukhathalela’
La mavesi eBhayibheli angakududuza futhi akuphe amandla.